I am young poet from Mtubatuba, I am inspired several poets like Bongani Mavuso, Mzwakhe Mbuli, Sbo Da Poet etc, I started writing poems in 2009 but I took it more seriously in 2012, I am still looking forwad to publishing more of my poems country wide, I write Zulu and English poems...
uSenzokhaya Umhayi igama nje elisentshenziswa ezinkondlweni kuphela. Igama ngokwe ncwadi kamazisi uSenzokhaya Sipho Mhlongo, Uzalelwe wakhulela eMtubatuba wafunda eMasibonisane. Ungumbali ozimele kulo mkhakha. Okwamanje usashicilela incwadi yakhe yokuqala yesihloko esithi: Ukwentshisa kwebhobhodleyana. Lomlisa uzalwa nge 30 zika Ntulikazi ngo 1991. ibhungu nje elisakhula futhi elisafunda ngezinto eziningi zempilo. Izinkondlo zalo zikhuluma ngezinto abantu abasha abahlangabezana nazo lapho besakhula empilweni. imininingwane yakhe imi kanjena;
email address: senzokhaya.umhayi@gmail.com
amadownloads ezinkondlo: www.kasimp3.co, za/senzokhaya
noma ulendele @senzokhaya ku twitter
Nhiziyo yami usuyokophela ngaphakathi,
Konke kwakubekiw' ukuba kuyophela,
Namanxeba ngiyethemb' azophola,
Nezinyembezi zizogelez' okomay' okungegazi,
...
Uze umhayel' izinkondl' ezimnandi
Kowethu umhlaba thina simazi njengembongi,
Ubehlala ebhala njalo ehay' inkondlo,
...
Ntokazi yakwazulu
Angizidele amathambo ngithathe lelithuba,
Ngicele izwi kuMdali ngihaye nganasi isimomondiya,
...
Khala Nhliziyo yami uzithulise,
Akusasizi ukukhala ngoba usethule,
Soze kwanginceda ukuqandula ngoba isidumbu sakhe sesiphumule,
Nomphefumulo wakhe usuphumile,
...
Ngimbonil' ufikil' uhambile.
Uthando lungenzile,
Ngikhumbula lawo malanga ngisemncanyana,
...