kuncane okwehlukanisayo
kuningi okuhlanganisayo
inqondo iqokelela izizathu
inhliziyo isithuli, impumputhe
ezimpambanweni zomgwaqo
ngiyazi ngithatha esokudla
inhliziyo ifuna isinxele
zombili zinokusa nokuhlwa
hamba nhliziyo kalobilobi! 
kanti ufuna lo, na lo! ?                
This poem has not been translated into any other language yet.
I would like to translate this poem