Lathi lishona ngabe sengikubonile,
ebengikucabangile ngabe sengikutshelile,
ilanga nemisebe yalo ngabe sengiyibambile,
azange lashona kodwa lathi liqamba lishona ngabe sengikushelile,
...
Read full text
Umgqigqo walenkondlo muhle kakhulu, nemvumelwano yakhona yakha omtoti umsindo lona, kodwa kusafanele ufunde imisebenzi yabanye ngoba ulimi olusebenzisile lujwayekile, nalapha osebenzise usimayili instead of saying, (wamamatheka ngachazwa wuthotho ntokazi) ulimi luyayinonga inkondlo. Siya_! !
Iyezwakala siyabonga muhle umsebenzi wakho