Saturday, April 20, 2013

Bathi Angibuyele Kwazulu Comments

Rating: 0.0

Ngisemhlabeni ezwen' lama Zulu, ,
Ngiseyibhungu ngibhaklazw' isizungu,
Ngiye ngilibalekele elakithi ela kwaZulu,
Ngizijubil' ngashiy' ikhaya ngaya kowama bhunu,
...
Read full text

senzokhaya umhayi
COMMENTS
Siyabonga A Nxumalo 23 August 2013

Ngiseyibhungu ngibhaklazw' isizungu.. kulomugqa lungisa lokhu, isizungu asishayi okuyigama elichazwa wuku 'bhaklaza'...kodwa isizungu siyamudla umuntu, izinduku sazo zizwiwa osuke endliwa yiso kodwa abanye abantu abaziboni. ngakho igama elithi ngiququdwa yisizungu lingena khaxa kulomusho, kanti negama umzwangedwa lihle likhombisa ukuceba kolimi lwethu, kunaleli elithi isizungu. khona ngiyaqonda ukuthi lona bewulifakela imvumelwano sigcino kulomusho. Ngiye ngilibalekele elakithi ela kwaZulu.. kulomusho u ela awunayo indawo, wukhipha kusale nje u kwaZulu. Ngihamba ngiwabhosha njengenyoni ya macimbi, lapha ke hlonipha kunokufaka ungiwabhosha umane uthi ngiwaqathaza okwenyoni yamacimbi. ngicela ukuma lapha, mhlawumbe uzobona sengathi ngizenza owazi kakhulu, kungenzeka lokhu kukuphathe kabi, uma kunjalo uyongixolela nsizwa yamabutho, ngenziwa wuthando lokubhala nenjabulo nelukuluku lokuthi ngelinye ilanga sikhiphe icwecwe ndawonye.. muhle umsebenzi wakho, ungabe usavilapha ke. Siya_! !

0 0 Reply
senzokhaya umhayi

senzokhaya umhayi

Mtubatuba
Close
Error Success